歌词

K'thiw' umam' uyakhala ekhaya
Uthi mtanami ng'cela uganwe
Ngamtshel' uthando lwamanje
Selihlukile l'gcwele udlame
Wathi ngiyaz' akukholula wemtanami
Kodwa ng'cel' uzame
Nawe uyabon' ukuthi ilanga liyak'shonela manje
Luth' iy'ngane

Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yeka uk'shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

歌词在下面...

不想看到广告?马上升级

Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yek' uk'shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

Mama nami ngiyafisa ukugcagcwela
Ng'fane nezinye insizwa nami
Nawe mam' uy'qhenye ngami

Uth' okwahlul' ubaba ukubone ngami
Sengilimale kakhulu othandweni
Inhliziyo yami iyopha ma
Yizo zonke lez' izathu zami
Mama uzongixolela ngalenqumo zami

Ngiyazi bayakpiklela bathi
Gibi gibi
Libi kabi
Wemfazi ongazalanga
Uyothi wabonani
Gabi, gabi
Gabi, gabi
Wemfazi ongazalanga
Uyothi wabonani
Mhla ziw'shaya emabaleni akwami

K'thiw' umama uyakhala ekhaya
Uthi mtanami ng'cel' uganwe
Ngamtshel' uthando lwamanje
Selihlukile l'gcwel' udlame

Wathi ngiyaz' akukholula wemtanami
Kodwa ng'cel' uzame
Nawe uyabon' ukuthi ilanga liyak'shonela manje
Luth' iy'ngane

Kuyoze kube nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yek' uk'shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Amantombazane ayefana
Nalona omusha uyok'xaka
Kuyoba nini ubaleka
Kuyoba nini ubayeka
Yek' uk'shela uyemsamu
Awazi umfazi uyacelwa

Writer(s): Joe Mawson, Jabulani Makhubo

不想看到广告?马上升级

API Calls

从 Spotify 记录音乐?

将您的 Spotify 帐户连接到您的 Last.fm 帐户,通过任何设备或平台上的任何 Spotify 应用记录您所听的一切内容。

连接到 Spotify

关闭