Tekst

Kahleni bafana, kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay'thanda khona
Ngithi kahleni bafana, kahleni ukung'nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona

Bangak'tshela loku ngami, bakutshele loku ngami
Alikh' isoka elingenasigci banomona love
Bangak'tshela loku ngami, baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh' isoka elingenasigci banomona ngawe love

Kontynuacja tekstu utworu poniżej...

Nie chcesz oglądać reklam? Ulepsz teraz

Vele bashilo ukuthi wena awung'thandi
Ung'thandel' intozami, vele yimi intozakho
Yilokho abakwaziyo, ukukhuluma ngezami
Kodwa ezabo angiyingeni, futhi angiyifaki

Ungowami wena, ungowami wena, ungowami wena woh
Ungowami wena, ungowami wena, ungowami wena woh
Ungowami wena, ungowami wena, ungowami wena woh
Ungowami wena ungowami wena, ungowami wena we (woah, oh)

Kahleni bafana, kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay'thanda khona
Ngithi kahleni bafana, kahleni ukung'nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona

Bangak'tshela loku ngami, bakutshele loku ngami
Alikh' isoka elingenasici banomona love
Bangak'tshela loku ngami, baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh' isoka elingenasici banomona ngawe love

Nihambe kabi bafana, nasindwa zinyawo
Vele bayokhuluma abantu, kodwa amandla abanawo
Ukube iyathunyelwa inhliziyo, beng'zoyithumela
Namhlanje ilale ngakuwe (Namhlanje ilale ngakuwe)

Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele, ngithanda wena wedwa
Jikelele, jikelele
Jikelele, jikelele, ngithanda wena wedwa

Kahleni bafana, kahleni ukungidlela umona
Intombi iqoma lay'thanda khona
Ngithi kahleni bafana, kahleni ukung'nyundela
Intombi iqoma la ithanda khona

Bangak'tshela loku ngami, bakutshele loku ngami
Alikh' isoka elingenasici banomona love
Bangak'tshela loku ngami, baphinde bakutshele loku ngami
Hayi alikh' isoka elingenasici banomona ngawe love

Writer(s): Mfanafuthi Ruff Nkosi, Jabulani Makhubo, Sfanele Zulu

Nie chcesz oglądać reklam? Ulepsz teraz

API Calls

Scrobblujesz ze Spotify?

Powiąż swoje konto Spotify ze swoim kontem Last.fm i scrobbluj wszystko czego słuchasz z aplikacji Spotify na każdym urządzeniu lub platformie.

Powiąż ze Spotify

Usuń