歌詞

Mhlawmbe ungethul'umthwalo
Mhlawmbe ungethul'umthwalo

Uthando lwami bengikunika lona
Bekungelakho wedwa emhlabeni sthandwa sami bekungekho omunye
Bengith'uyithemba lami ngoba k'sasa lami bengilibona kuwe
Bengithi sohlukaniswa ukufa nawe kanti lutho
Bengithi uzongivikel'etheni zami kanti ngobulawa nguwe
Sekusobala kuthi konke wakusho ngami okuhle you never meant it

以下、歌詞続く...

広告なしで音楽を楽しみませんか?今すぐアップグレード

Ngiyisilima yaz ngoba every time you
Told me that you loved me I believed it
Kodwa inhliziyo yami iyafun'ukukxolela inqondo angeke ivume ngibuz'ukuthi
Engabe yini lengaga yini lengaga
Akunika yona, ungayitholi kimi
Engabe yini lengaga, yini lengaga akunika yona nginganayo mina

Awu Dali
Dali sthandwa sami
Awu dali dali sthandwa sami
Kanti yini ungenza nje kanje kanjena
Kanti yini ungenza nje kanje kanjena

Kuningi engikufuna kuwe
Bengikufuna kuwe mina into elula engekho ingkinga Dali Kunye
Ukuthi uthando lwethu lube injabulo inyembezi ngabi into eseduze
Bengi kwethemba ngempilo yami
Manje ngikhala kuze kuse
Akekho ozongiduduza ngathi ngavele ngiduke
Kodwa inhliziyo yami iyafuna ukukuxolela ingqondo angeke ivume

Kanti yini lengaga
Yini lengaga
Akunika yona, ungayitholi kimi
Ngabe yini lengaga, yini lengaga akunika yona ongaytholi kimi weh boh

Awu Dali
Dali sthandwa sami
Awu dali dali sthandwa sami
Kanti yini ungenza nje kanje kanjena
Kanti yini ungenza nje kanje kanjena

Mina ngakuthanda bethi ngisuke kuwe
Ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
Ngakuthanda bethi soke'sbone
Ngakuthanda baby
Mina ngakuthanda bethi ngisuke kuwe
Ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
Ngakuthanda bethi soke'sbone
Ngakuthanda baby

Writer(s): Mthembeni Ndevu, Makhubo Sihle Jabulani, Nkosi Ruff Mfanafuthi

広告なしで音楽を楽しみませんか?今すぐアップグレード

API Calls

Spotify 経由で Scrobble しているお客様へ

Spotify アカウントを Last.fm アカウントに接続すると Spotify で聞く音楽がすべてScrobble されます。使用するアプリやデバイス、プラットフォームの種類を気にする必要はもうありません。

Spotify に接続

却下