Testo

Auuw gege la'gege ntombi za mgegele
Awkho soka ladla kahle imbhani ekhaya
(Za shelwi Intombi wee nfana)
Intombi ishelwa nga manga
Ng'the an'gsi Isghebengu
Ng'the ang'phuzi, ang'bhemi
Intombi ishelwa nga manga
Ng'the ang'si Isghebengu mina sisi
Ang'phuzi, ang'bhemi
Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha?
Ma ung'khipha ung'khiphe ek'hluphekeni, ung'fake entlizweni yakho
Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha?
Ma ung'faka ung'fake entlizweni yakho, ung'khiphe ek'hluphekeni
Wee ntombi a ume lapho (nayi inkulumisano)
Miss'wa imina, umisswa uMendo (umshato okhulumayo)
Eish
Ng'the yaz ng'lahle inumber yami (okwami kwe zangca)
Ng'cele ung'nike yakho (ng'yazi iqala ngo zero)
Ng'the agekho omunye omuhle k'nawe umhlaba wonke
Jikeleleee
Ng'the agekho omunye omuhle k'nawe umhlaba wonke
Jikeleleee
Intombi ishelwa nga manga
Ng'the ang'si Isghebengu mina sisi
Ang'phuzi, ang'bhemi
Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha?
Ma ung'khipha ung'khiphe ek'hluphekeni, ung'fake entlizweni yakho
Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha?
Ma ung'faka ung'fake entlizweni yakho, ung'khiphe ek'hluphekeni
Wee ntombi
Ng'the a uqonde
Lashoni ilanga
Ngi k'tsheli into uyodwa
Habeee
Lahl' uk'dlala ngami umuntu omuhle
Thanda mina ng'thande wena ngeke ngi k'didise eish
Mhlambi ukhathele
Nje ngoba ng'bongakola kanje
Knin' ugijima enqondweni yami baby aw'phumule
Ng'the agekho omunye omuhle k'nawe umhlaba wonke
Jikeleleee
Ng'the agekho omunye omuhle k'nawe umhlaba wonke
Jikeleleee
Intombi ishelwa nga manga
Ng'the ang'si Isghebengu mina sisi
Ang'phuzi, ang'bhemi
Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha?
Ma ung'khipha ung'khiphe ek'hluphekeni, ung'fake entlizweni yakho
Uthi uya ng'faka? Noma uya ng'khipha?
Ma ung'faka ung'fake entlizweni yakho, ung'khiphe ek'hluphekeni

Writer(s): Makhubo Sihle Jabulani, Nkosi Ruff Mfanafuthi

Non vuoi vedere annunci? Effettua l'upgrade

API Calls

Esegui lo scrobbling da Spotify?

Collega il tuo account Spotify a quello di Last.fm ed esegui lo scrobbling di tutto quello che ascolti, da qualsiasi app di Spotify su qualsiasi dispositivo o piattaforma.

Collega a Spotify

Elimina